WAQAMB' AMANGA MUS' UKUQAMB' AMANGA
WANGI QAMBELA AMANGA UFUNA UKUNGILAHLISA
ITHEMBA LAMI WEMAME!
WASHO NJALO! WATHI IKUSASA LETHU
SELIMNYAMA HAWU WASI QAMBELA AMANGA
NGEKE SIVUMA -- NGEKE SILAHLA ITEMBA
KUZULONGA UKUTHI NINI? ASAZI
KUZOLONGA WENA 'MNGANE WAMI
MASUKU LAHLA ITHEMBA LAKHO
MINA NGAPHA WENA NGAPHA SIZOYI BAMBA
THINA NAWE, THINA NAWE
UMOYA WAMI ONAKELE
WENA WEMTAKA ANTIE HAWU WANGI SHAYISA UVALO
WASHO NJALO! WATHI IKUSASA LETHU
SELIMNYAMA HAWU WASI QAMBELA AMANGA
WASHO NJALO! WATHI IKUSASA LETHU
SELIMNYAMA HAWU WASI QAMBELA AMANGA
NGEKE SIVUMA -- NGEKE SILAHLA ITEMBA
KUZULONGA UKUTHI NINI? ASAZI!
KUZOLONGA WENA 'MNGANE WAMI
KUZOLONGA 'MNGANE WAMI NGIYAKUTSHELA
WOZA WESIBINDI! UYAPHILISA UYABULALA
MINA NGAPHA -- WENA NGAPHA SIZOYIBAMBA
UNGALALLELI LAW' AMANGA 'MNGANE WAMI
OH SIZOBAHLULA THINA NAWA
OH THINA NAMA
Johnny Clegg & Savuka еще тексты
Оценка текста
Статистика страницы на pesni.guru ▼
Просмотров сегодня: 1